|
| 1 |
|
| Izaga zikaSolomoni: Indodana ehlakaniphileyo iletha ukuthokoza kuyise, kodwa indoda eyisiwula iletha ukudabuka kunina. |
|
| 2 |
|
| Inotho ezuzwe ngobuqili kayisizi lutho, kodwa ukulunga kukhulula ekufeni. |
|
| 3 |
|
| UThixo kayekeli abalungileyo belambile kodwa uyavimbela izinkanuko zezixhwali. |
|
| 4 |
|
| Izandla ezivilaphayo ziletha ubuyanga, kodwa izandla ezikhutheleyo ziletha inotho. |
|
| 5 |
|
| Lowo obutha amabele ngesikhathi sawo yindodana ehlakaniphileyo, kodwa olalayo ngesikhathi sokuvuna yindodana ehlazisayo. |
|
| 6 |
|
| Izibusiso zingumqhele womuntu olungileyo. Kodwa ubudlwangudlwangu bugcwele emlonyeni womubi. |
|
| 7 |
|
| Umkhumbulo ngomuntu olungileyo ubusisekile kodwa ibizo lesigangi lizabola. |
|
| 8 |
|
| Abahlakaniphileyo enhliziyweni bayalalela izeluleko, kodwa isiphukuphuku esivala ngomsindo siyadilika. |
|
| 9 |
|
| Umuntu oqotho uhamba engelakwesaba, kodwa ohamba ngezindlela ezigobileyo uzadaluleka. |
|
| 10 |
|
| Lowo oqwayiza ngomona uletha usizi, lesiphukuphuku esivala ngomsindo siyadilika. |
|
| 11 |
|
| Umlomo womuntu olungileyo ungumthombo wokuphila, kodwa ubudlwangudlwangu bugcwele emlonyeni womubi. |
|
| 12 |
|
| Inzondo idunga ingxabano, kodwa uthando lusibekela bonke ububi. |
|
| 13 |
|
| Ukuhlakanipha kufunyanwa ezindebeni zalowo oqedisisayo; kodwa uswazi lwehla emhlane walowo ongezwayo. |
|
| 14 |
|
| Abantu abahlakaniphileyo bayaluqoqa ulwazi, kodwa umlomo wesiwula ugwegwa ukubhidlika. |
|
| 15 |
|
| Inotho yezikhulu ingumuzi wazo ovikelweyo; kodwa ubuyanga buyikudilika kwabampofu. |
|
| 16 |
|
| Inzuzo yabalungileyo iyabaphilisa, kodwa umholo wababi ubalethela ukujeziswa. |
|
| 17 |
|
| Lowo olalela ukuqondiswa utshengisa indlela yokuphila, kodwa lowo oyala ukwelulekwa wedukisa abanye. |
|
| 18 |
|
| Lowo ofihla inzondo yakhe ulendebe ezilamanga, kuthi lowo onyeyayo yisiwula. |
|
| 19 |
|
| Lapho okwande khona amazwi, isono kasisweleki, kodwa lowo ogcina ulimi lwakhe uhlakaniphile. |
|
| 20 |
|
| Ulimi lomuntu olungileyo luyisiliva esikhethiweyo, kodwa inhliziyo yesigangi kayisilutho. |
|
| 21 |
|
| Izindebe zolungileyo ziphilisa abanengi; kodwa iziwula ziyafa ngokuswela ingqondo. |
|
| 22 |
|
| Isibusiso sikaThixo siletha inotho, leyonotho ingabi lahlupho. |
|
| 23 |
|
| Isiwula siyajabula ezenzweni zobubi, kodwa umuntu ozwisisayo uthokoza ngokuhlakanipha. |
|
| 24 |
|
| Lokho akwesabayo omubi kuzamfumana; kodwa lokho akuloyisayo olungileyo uzakuphiwa. |
|
| 25 |
|
| Nxa isiphepho sesikhukhule sedlula, ababi sebedlule, kodwa abalungileyo bagxilile lanini. |
|
| 26 |
|
| Njengeviniga emlonyeni, lentuthu emehlweni, unjalo olesidensi kulabo abamthumayo. |
|
| 27 |
|
| Ukumesaba uThixo kuyengeza ubude bempilo, kodwa iminyaka yababi iyafinyezwa. |
|
| 28 |
|
| Ikusasa yabalungileyo iyikuthokoza, kodwa amathemba ababi aphelela ezeni. |
|
| 29 |
|
| Indlela kaThixo yisiphephelo sabalungileyo, kodwa iyikubhidlika kwalabo abenza okubi. |
|
| 30 |
|
| Abalungileyo kabasiphuleki, kodwa ababi kabayikusala elizweni. |
|
| 31 |
|
| Umlomo womuntu olungileyo ukhupha inhlakanipho, kodwa ulimi oluxhwalileyo luzaqunywa. |
|
| 32 |
|
| Izindebe zabalungileyo ziyakwazi okufaneleyo, kodwa umlomo wezigangi ukhupha izibozi. |
|
|
|
|