× Ulimi IYurophu Russian Belarusian Ukrainian Polish Serbian Bulgarian Slovakian Czech Romanian IsiMoldova Azerbaijan Armenian IsiGeorgia Albanian I-Avar IBashkir IsiTatar Chechen Slovenian Croatian Estonian Latvian Lithuanian Hungarian Finnish Norwegian Swedish Icelandic Greek Isi-Macedonian German Bavarian Dutch Danish Welsh IsiGaelic Isi-Irish French Basque IsiCatalan Italian IGalacian Romani Bosnian I-America esenyakatho English I-South America Spanish Portuguese IsiGuarani Quechuan I-Aymara IMelika Ephakathi Jamaican Nahuatl Kiche Qeqchi Haitian EMpumalanga Asia Chinese Japanese Korean IsiMongolia Isi-Uyghur Hmong ISouth East Asia Malaysian Burmese UHakha Chin Nepali Cebuano Tagalog Cambodian Thai Indonesian Vietnamese IsiJavanese Lao Iban IuMien Kachin Lahu Aceh Balinese Bugis Pampanga Sasak Shan Waray ENingizimu Asia Hindi Оdia Awadhi UMizo Kannada Malayalam Marathi Gujarati Tamil Telugu Punjabi UKurukh Isi-Assamese Maithili Bengali Urdu IsiSinhala Dogri Haryanvi Meitei Konkani Santali Sindhi Koya Thado Sanskrit Devanagari Adilabad Gondi Ahirani Balochi Bundeli Chhattisgarhi Garhwali Kangri Kumaoni Mewari Munda Sadri Seraiki Shekhawati Sylheti I-Asia Ephakathi I-Kyrgyz Isi-Uzbek Isi-Tajik AmaTurkmen Kazakhstan Karakalpak Emaphakathi Mpumalanga Turkish Hebrew Arabic Persian Kurdish Isi-Pashto Coptic Afrika Afrikaans Xhosa Zulu Ndebele IsiSuthu Amharic Wolaytta Nigerian UMossi Ika Dinka Kabyle Ewe Swahili Morocco Somalian Shona Madagascar Igbo IsiLingala Baoule Siswati IsiTsonga IsiTswana Gambian IsiYoruba Kamba IsiKinyarwanda IsiHausa Chewa IsiLuo Makua Dyula Fulfulde Kalenjin Kikuyu Kikwango Kirundi Krio Nigerian Pidgin Oromo Tshiluba Tshivenda Twi Umbundu Lugbara Luguru Pular Gussi Maasai Turkana Moba Nuer Shilluk Tamasheq Makonde Bemba Fon Hadiyya Ibibio Kimbundu Kimiiru Lango Liberian Kreyol Lomwe Mende Morisyen Ndau Nyankole Sena Sidamo Soga Songe Sukuma Tarifit Teso Tiv Zande Izwekazi lase-Australia New Zealand Papua New Guinea Izilimi Ezindala Aramaic Latin Esperanto 1 1 1 IBHAYIBHELI 1959 Baasraak 2023IsiZulu 2020IBHAYIBHELI 19591 1 1 IzAga GenesiseEksodusiLevitikusiNumeriDuteronomiJoshuwaAbAhluleliRuthe1 Samuweli2 Samuweli1 AmaKhosi2 AmaKhosi1 IziKronike2 IziKronikeEzraNehemiyaEsteriJobeAmaHuboIzAgaUmShumayeli IsiHlabelelo SeziHlabeleloIsayaJeremiyaIsiLiloHezekeliDaniyeliHoseyaJoweliAmoseObadiyaJonaMikaNahumeHabakukiZefaniyaHagayiZakariyaMalaki--- --- ---MathewuMarkuLukaJohaneIzEnzoRoma1 Korinte2 KorinteGalathiyaEfesuFilipiKolose1 Thesalonika2 Thesalonika1 Thimothewu2 ThimothewuThithuFilemoniHeberuJakobe1 Petru2 Petru1 Johane2 Johane3 JohaneJudaIsAmbulo1 1 1 17 123456789101112131415161718192021222324252627282930311 1 1 : 1 123456789101112131415161718192021222324252627281 1 1 IBHAYIBHELI ELINGCWELE 1959 IzAga 17 Gcina Amanothi 1Umthamo owomileyo kanye nokuthula ungcono kunendlu egcwele okuhlatshiweyo kanye nokuxabana.2Inceku eqondileyo iyabusa phezu kwendodana ehlazisayo; iyakudla ifa phakathi kwezelamani.3Ukhamba lokuncibilikisela lungolwesiliva, nesithando ngesegolide, kepha ovivinya izinhliziyo nguJehova.4Owenza okubi uqaphela izindebe zokona, nomqambimanga ubeka indlebe olimini olubi.5Oklolodela ompofu usola uMenzi wakhe, nothokoza ngengozi akayikuyekwa.6Abantwana babantwana bangumqhele wabadala, nodumo lwabantwana lungoyise.7Izindebe ezinobungcweti azifanele isiwula; kakhulu kangakanani umlomo wamanga isikhulu.8Isipho sinjengetshe elinqabileyo emehlweni omninilo: noma ebhekaphi, uyaphumelela.9Osibekela isiphambeko ufuna uthando, kepha onokondisa indaba wahlukanisa abahlobo.10Insolo ingena koqondileyo kunemivimbo eyikhulu koyisiwula.11Omubi ufuna ukuhlubuka kuphela; ngalokho kuyakuthunyelwa kuye isithunywa esinonya.12Umuntu makahlangane nebhere* elaphuciwe amawundlu alo kunesiwula ebuwuleni baso.13Ophindisela okuhle ngokubi, ububi abuyikusuka endlini yakhe.14Ukuqala kokuxabana kunjengokuvula amanzi; ngalokho yeka inkani, ingakashisi.15Othetha omubi nolahla olungileyo bayisinengiso kuJehova bobabili.16Yini ukuba kube yimali esandleni sesiwula ukuthenga ukuhlakanipha, kungekho ukuqonda, na?17Umngane uthanda ngezikhathi zonke, nomzalwane uzalwa ekuhluphekeni.18Umuntu oswela ingqondo unikana nomunye izandla, abe yisibambiso phambi komakhelwane wakhe.19Othanda ukuxabana uthanda isiphambeko; owenza umnyango wakhe ukuba uphakame ufuna ukubhujiswa.20Onenhliziyo ephambeneyo akafumani okuhle; onolimi oluyisigwegwe uwela engozini.21Ozala isiwula kulusizi kuye; uyise wesiwula akathokozi.22Inhliziyo eyenamileyo iyikhambi elihle, kepha umoya owaphukileyo uyomisa amathambo.23Omubi uyamukela umvuzo okhishwa esifubeni ukuba aphambukise izindlela zokwahlulela.24Ukuhlakanipha kuphambi koqondileyo, kepha amehlo esiwula asemikhawulweni yomhlaba.25Indodana eyisiwula ilusizi kuyise nokubaba kowayizalayo.26Ukuhlawulisa olungileyo akukuhle, nokushaya abaqotho akulungile.27Obamba amazwi akhe unokwazi; onomoya opholileyo ungumuntu oqondileyo.28Nesiwula lapho sithule kuthiwa isihlakaniphi; ovala umlomo wakhe ungoqondileyo.Zulu Bible 1959 © Bible Society of South Africa 1959, 1997. Used with permission. All rights reserved IBHAYIBHELI ELINGCWELE 1959 IzAga 17 00:00:00 00:00:00 0.5x 2.0x https://beblia.bible:81/BibleAudio/zulu/proverbs/017.mp3 31 17