× Ulimi IYurophu Russian Belarusian Ukrainian Polish Serbian Bulgarian Slovakian Czech Romanian IsiMoldova Azerbaijan Armenian IsiGeorgia Albanian I-Avar IBashkir IsiTatar Chechen Slovenian Croatian Estonian Latvian Lithuanian Hungarian Finnish Norwegian Swedish Icelandic Greek Isi-Macedonian German Bavarian Dutch Danish Welsh IsiGaelic Isi-Irish French Basque IsiCatalan Italian IGalacian Romani Bosnian I-America esenyakatho English I-South America Spanish Portuguese IsiGuarani Quechuan I-Aymara IMelika Ephakathi Jamaican Nahuatl Kiche Qeqchi Haitian EMpumalanga Asia Chinese Japanese Korean IsiMongolia Isi-Uyghur Hmong ISouth East Asia Malaysian Burmese UHakha Chin Nepali Cebuano Tagalog Cambodian Thai Indonesian Vietnamese IsiJavanese Lao Iban IuMien Kachin Lahu Aceh Balinese Bugis Pampanga Sasak Shan Waray ENingizimu Asia Hindi Оdia Awadhi UMizo Kannada Malayalam Marathi Gujarati Tamil Telugu Punjabi UKurukh Isi-Assamese Maithili Bengali Urdu IsiSinhala Dogri Haryanvi Meitei Konkani Santali Sindhi Koya Thado Sanskrit Devanagari Adilabad Gondi Ahirani Balochi Bundeli Chhattisgarhi Garhwali Kangri Kumaoni Mewari Munda Sadri Seraiki Shekhawati Sylheti I-Asia Ephakathi I-Kyrgyz Isi-Uzbek Isi-Tajik AmaTurkmen Kazakhstan Karakalpak Emaphakathi Mpumalanga Turkish Hebrew Arabic Persian Kurdish Isi-Pashto Coptic Afrika Afrikaans Xhosa Zulu Ndebele IsiSuthu Amharic Wolaytta Nigerian UMossi Ika Dinka Kabyle Ewe Swahili Morocco Somalian Shona Madagascar Igbo IsiLingala Baoule Siswati IsiTsonga IsiTswana Gambian IsiYoruba Kamba IsiKinyarwanda IsiHausa Chewa IsiLuo Makua Dyula Fulfulde Kalenjin Kikuyu Kikwango Kirundi Krio Nigerian Pidgin Oromo Tshiluba Tshivenda Twi Umbundu Lugbara Luguru Pular Gussi Maasai Turkana Moba Nuer Shilluk Tamasheq Makonde Bemba Fon Hadiyya Ibibio Kimbundu Kimiiru Lango Liberian Kreyol Lomwe Mende Morisyen Ndau Nyankole Sena Sidamo Soga Songe Sukuma Tarifit Teso Tiv Zande Izwekazi lase-Australia New Zealand Papua New Guinea Izilimi Ezindala Aramaic Latin Esperanto 1 1 1 IBHAYIBHELI 1959 Baasraak 2023IsiZulu 2020IBHAYIBHELI 19591 1 1 IzAga GenesiseEksodusiLevitikusiNumeriDuteronomiJoshuwaAbAhluleliRuthe1 Samuweli2 Samuweli1 AmaKhosi2 AmaKhosi1 IziKronike2 IziKronikeEzraNehemiyaEsteriJobeAmaHuboIzAgaUmShumayeli IsiHlabelelo SeziHlabeleloIsayaJeremiyaIsiLiloHezekeliDaniyeliHoseyaJoweliAmoseObadiyaJonaMikaNahumeHabakukiZefaniyaHagayiZakariyaMalaki--- --- ---MathewuMarkuLukaJohaneIzEnzoRoma1 Korinte2 KorinteGalathiyaEfesuFilipiKolose1 Thesalonika2 Thesalonika1 Thimothewu2 ThimothewuThithuFilemoniHeberuJakobe1 Petru2 Petru1 Johane2 Johane3 JohaneJudaIsAmbulo1 1 1 23 123456789101112131415161718192021222324252627282930311 1 1 : 1 12345678910111213141516171819202122232425262728293031323334351 1 1 IBHAYIBHELI ELINGCWELE 1959 IzAga 23 Gcina Amanothi 1Lapho uhlezi ekudleni nombusi, qonda nokuqonda ophambi kwakho,2ubeke umese emphinjeni wakho, uma ungumuntu wephango.3Unganxaneli izilovela zakhe, lokhu zingukudla okukhohlisayo.4Ungakhandlekeli ukuceba; kuyeke ngokuqonda kwakho.5Amehlo akho ayandizela kulokho, kepha akusekho, ngokuba kuyazenzela impela amaphiko njengokhozi olundizela ezulwini.6Ungadli ukudla koneso elibi, ungafisi izilovela zakhe,7ngokuba unjengozicabangelayo; uthi kuwe: “Yidla uphuze,” kepha inhliziyo yakhe ayikho kuwe.8Umthamo owudlileyo uyakuwuhlanza, uchithe amazwi akho amnandi.9Ungakhulumi ezindlebeni zesiwula, ngokuba siyakudelela ukuhlakanipha kwamazwi akho.10Ungasusi isikhonkwane esidala, ungangeni emasimini ezintandane,11ngokuba umhlengi wazo unamandla; uyakumela indaba yazo kuwe.12Beka inhliziyo yakho ekulayweni, nezindlebe zakho emazwini okwazi.13Ungayeki ukumlaya umntwana, ngokuba uma umshaya ngoswazi akayikufa.14Uyakumshaya ngoswazi, wophule umphefumulo wakhe endaweni yabafileyo.15Ndodana yami, uma inhliziyo yakho ihlakanipha, inhliziyo yami iyakuthokoza, yebo, eyami.16Izinso zami ziyakujabula, lapho izindebe zakho zikhuluma okulungileyo.17Inhliziyo yakho mayingabi namhawu ngezoni, kepha mawube sekumesabeni uJehova usuku lonke.18Ngokuba impela umvuzo ukhona, nethemba lakho aliyikunqunywa.19Yizwa wena ndodana yami, uhlakaniphe, uhole inhliziyo yakho ngendlela.20Ungabi phakathi kwezinseli zewayini nabayiziminzi zenyama.21Ngokuba inseli noyisiminzi bayakuba mpofu; ukozela kuyakwembathisa umuntu amanikiniki.22Lalela uyihlo owakuzalayo, ungamdeleli unyoko lapho esemdala.23Thenga iqiniso, ungathengisi ngalo, nokuhlakanipha, nokulaywa, nokuqonda.24Uyise wolungileyo uyakwethaba nokwethaba, nozala ohlakaniphileyo uyathokoza ngaye.25Mabathokoze uyihlo nonyoko, ethabe owakubelethayo.26Ndodana yami, ngiphe inhliziyo yakho, amehlo akho enamele izindlela zami.27Ngokuba isifebe singumgodi ojulileyo, nowesifazane ondindayo ungumhholo onyinyeneyo.28Uqamekela njengomphangi; uyandisa abambuluzayo phakathi kwabantu.29Ngubani othi: “Maye!” Ngubani othi: “Wo!” Ngubani oxabanayo? Ngubani okhalayo, ngubani onezilonda ngeze, na? Ngubani onamehlo aklwelayo na?30Yibo abalibala ngasewayinini, abaya ukunambitha iwayini elixutshanisiweyo.31Ungalibuki iwayini ukuthi libomvu, nokuthi liyacwebezela endebeni, ukuba lehle kalula.32Ngasekugcineni liyaluma njengenyoka, lihlabe njengebululu.33Amehlo akho ayakubona imihlola, inhliziyo yakho ikhulume okuphambeneyo.34Uyakuba njengolele ekujuleni kolwandle nohlezi esihlokweni sensika yomkhumbi.35Uyakuthi: “Bangishayile, angilimalanga; bangigalele, angikwazanga. Lapho ngivuka, ngiyakubuye ngilifune.”Zulu Bible 1959 © Bible Society of South Africa 1959, 1997. Used with permission. All rights reserved IBHAYIBHELI ELINGCWELE 1959 IzAga 23 00:00:00 00:00:00 0.5x 2.0x https://beblia.bible:81/BibleAudio/zulu/proverbs/023.mp3 31 23